Uboshiwe obehamba ngesivinini ephuthuma unkosikazi okhulelwe

2016-12-23 11:31

Pretoria - Kuboshwe owesilisa, 26, eshayela ngesivinini sika-221km/h kuthela wayeka u-N4 uma uphuma ePitoli.

Okhulumela amaphoyisa omgwaqo eGauteng uBusaphi Nzumalo, lo mlisa ubehamba ngemoto yohlobo lwe-Audi RS3, kubika i-Rekord East.

Ngokusho kwalo mshayeli ubephuthuma unkosikazi okhulelwekanti amaphoyisa asalinde ukukuqinisekisa lokho.

OLUNYE UDABA:Zehlile izibalo zabashone ezingozini kuleli Phasika - Umbiko

UNxumalo uthe isazolandelwa kahle lendatshana yalo mshayeli ukuze kubonakale uma ekhuluma iqiniso.

“Umsolwa uzovela enkantolo kaMantshi yasePitoli ngesonto elizayo ngecala lokushayela budedengu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.