Uboshiwe obulale intombi phambi kwengane, 2

2016-04-26 17:36

Bloemfontein – Kuboshwe indoda ngokubandakanyeka esigamekweni sokushona kwentombi yakhe epulazini iHaasfontein eduzane naseSmithfield, kusho amaphoyisa aseFree State ngoLwesibili.

Le ndoda eneminyaka engu-28 ubudala isolwa ngokutalabha owesifazane oneminyaka engu-32 ubudala isebenzisa insimbi nomshiza, kuhso uSergeant Yanga Ngcukana.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe obulale intombi nezingane zayo

"Ngesikhathi amaphoyisa eika endaweni yesigameko amaphoyisa afice isidumbu sowesifazane sidindilize phansi eceleni kwengane yakhe eneminyaka emibili ubudala ikhala," kusho uNgcukana.

Lo wesifazane uhlonzwe njengoshonile endaweni yesigameko. Ingane iphuthunyiswe esibhedlela iyohlolwa, usho njalo.

"Umsolwa uboshwe ngemuva kwesikhashana esendleleni eya emzini wkahe. Ibhulukwe nezicathulo zakhe zigcwele igazi. Insimbi nomshiza nezimpahla zowesifazane kushaqiwe ukuze kuzokwenziwa uphenyo."

Le ndoda izovela eNkantolo  yeMantshi yaseSmithfield ngoLwesine izofaka isicelo sebheyili.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.