Uboshiwe ochamele abagibeli ebhanoyini

2016-07-16 11:34

Edinburgh - Kuboshwe indoda kulandela isigameko esenzeke endizeni lapho ivele yehlisa ibhulukwe  yachamela abagibeli, kusho amaphoyisa aseScotland.

Amaphoyisa ase-Edinburgh athe abophe indoda eneminyaka engu-26 ubudala ebidakwe yizinkambi zikaFaro ngemuva kwezinsolo zokuchama ephaseji ebhanoyini.

OLUNYE UDABA: Izidudla zinengqondo encane kunezilenda-Ucwaningo

Abanye abagibeli baseCopenhagen, eDenmark bavele bashaqeka ukubona indoda ephuzile yehlisa ibhulukwe ichama.

Abagibeli babe sebeshayela amaphoyisa ngezithuba zabo-15:30 ngoLwesithathu bebika ngale ndoda. Amaphoyisa afike ebhanoyini ayikhipha le ndoda ayifaka ozankosi.

Umsolwa obegibele uthe ubengaqondile ukuchamekla abanye abagibeli, kubika iwwww.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.