Uboshiwe ogxishe intombi ama-anda ngoba ifuna ukugoduka

2017-08-10 14:04

Johannesburg - Ikhalelwe ngamasongo kaSigonyela indoda esolwa ngokuthela ngesibhaxu intombi yayo yaphinde yayigxisha ama-anda ayo emlonyeni.

Le ndoda iboshelwe icala lodlame lwasekhaya.

Uphenyo yilo oluzodalula ukuthi umsolwa uzovela yini enkantolo nokuthi uzovela nini.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe ohlabe intombi ngempama ngoba ingalubambi ucingo

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Allie Kodisang uthe isigameko senzeka ngezithuba zabo-18:00 ngomhlaka-22 Julayi emzini womsolwa oku-17th Avenue.

Ngesikhathi isisulu sitshela umsolwa ukuthi siyahamba njengoba kwase kuqala ukuhwalala, umsolwa yena wayelokhu egcizelela ukuthi asilale.

Umsolwa ugcine esenolaka wakhiyela isisulu endlini kwaze kwashaya izithuba zabo-23:00.

 - Alex News

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.