Uboshiwe okhiphe isibhamu kukhankasa i-ANC

2016-07-27 10:00

Cape Town - Iqembu labantu likwazile ukuhlula nagmandla indoda ngemuva kwezinsolo zokukhipha isibhamu ngesikhathi kuqhubeka umkhankaso we-ANC endaweni yasePiketberg.

Amaphoyisa aqinisekise ukuphenya isigameko esenzeke ngoMsombuluko ntambama.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa indodana yelungu le-ANC kukhankaswa

Ngesikhathi amalungu abematasa ekhankasa, ikhansela le-ANC uSammy Claassen uthe le ndoda efike ngeveni elimhlophe ivele yakhipha isibhamu.

"Ngenhlanhla sikwazile ukuyihlula ngamandla sayiphuca isibhamu. Sabiza amaphoyisa, yaboshwa. Ibingaphansi kwencindezi yatshwala noma izidakamizwa kodwa angazi kahle noma bekuwutshwala yini. Ibingekho esimeni esikahle ngaleso sikhathi."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.