Uboshiwe ophalaze kwa-Burger King

2016-07-11 13:33

Clermont - Amaphoyisa abizelwa esitolo sokudlela iBurger King eFlorida.

Abasebenzi baseBurger King eClermont babize amaphoyisa ngemuva kokuba uDavid Anthony Frieko ebanikeze imali engu-$35 ebe ethenge ukudla kwemali engu-$8 ngaphambi kokuba aphalaze.

OLUNYE UDABA: Ubulale umkakhe yizingane kanye nomakhelwane

Ngesikhathi amaphoyisa efiak negzithuba zabo-22:40 afuce indoda eneminyaka engu-32 ubudala ihlezi emotweni yayo igobile, amehlo ebomvu ikhala nemoto iduma.

Amaphoyisa athi uFrieko ubenuka phu utshwala, amaphoyisa amkhipha emotweni, wenqaba.

Ngesikhathi ephuma uFrieko emotweni ubengakwazi ukuzimela kahle..

UFrieko waseClermnont wenqabile nokufuthwa wase eboshwa, kubika iWWWW.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.