Uboshiwe ophoqe ingane ukuba ishade nomuntu owayidlwengula

2016-05-27 18:31

Missouri - Intombazane eneminyaka engu-14 ubudala iphoqwe uyise ukuba ishade nomdlwenguli njengoba isikhulelwe, kubika iworldwideweirdnews.

UKeith Strawn ugwetshwe izinyanga ezine esejele ngoba etshele imantshi ukuthi ukholelwe ekuthini "uma uke wakhulelwa, ushada naye lowo muntu".

Abammeli bakaStrawn bacele inkantolo ibe nozwelo ngesigwebo isinqumo sakhe saseholwa inkolo yakhe.

OLUNYE UDABA:Umkhwenyana uboshelwe ukudlwengula unkosikazi

Umehluleli utshele lobaba ukuthi njengoba azohlala ejele izinsuku ezingu-120 kumele acabange izinsuku ezingu-120 indodakazi yakhe ishade nomuntu owayidlwengula.

Le ngane yaphuphunyelwa isisu kanti manje imatasa ngokuphelisa lo mshado wayo ngosizo lwenkantolo.

Indoda edlwengule le ngane ithole isigwebo seminyaka engu-15 ibhadla ejele ngelokudlwengula.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.