Uboshiwe osolwa ngokudlwengula isihlobo

2016-07-11 11:31

Johannesburg - Kulindeleke ukuba livele maduze enkentolo ibhungu elineminyaka engu-19 ubudala eliboshelwe izinsolo zokudlwengula isihlobo salo esineminyaka engu-52 ubudala eTshidilamolomo eduzane naseMahikeng, kusho amaphoyisa aseNorth West ngeSonto.

UColonel Sabata Mokgwabone uthe le ndoda iboshwe nghoLwesine.

OLUNYE UDABA: Uvelile owazama ukudlwengula eyayibuya esikoleni

"Umsolwa waboshwa ngemuva kokuba isisulu sivule icala, lapho athi umsolwa ongumshana wakhe wamdlwengula.Ngokusho kwemininingwane ekhona okwamanje isisulu sasifika ntambama emzini waso sathi sivula umnyango sabanjwa umsolwa walala phansi wadlwengulwa. Umsolwa kusolwa ukuthi wabaleka endaweni yesigameko ngemuva kwaso kodwa amaphoyisa akwazi ukumthola umsolwa wase eboshwa."

Le ndoda kulindeleke ukuba ivele enakntolo yemantshi yaseMolopo eMmabatho ngoMsombuluko.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter            


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.