Uboshiwe otholakale namasaka ensangu

2018-04-13 16:02

eThekwini - Amaphoyisa agasele endaweni yaseMsikaba, eBetania ngasePort Shepstone nokulapho befike khona babopha indoda eneminyaka engama-53 ebanjwe nensangu.

Lawa maphoyisa athole amaphasela ayi-113 kanye nenye ebikopulasitiki.

Ngokusho kwamaphoyisa uzobekwa icala bese evela enkantolo ngokukhulu ukushesha.

Lendoda iboshwe ngoKhonstabhuli ayisithupha abangoFana Mbatha, Thandokuhle Shezi, Siyasanga Mngwe, Dumisani Zulu, Mthokozisi Khoso noBanele Mbutho .

OLUNYE UDABA: Obekhwabanisa amakhadi eTrichardt Toll Plaza usegwetshiwe

Okhulumela amaphoyisa uKapten Gerald Mfeka uthe: “Umphakathi uyaxwayiswa ukuthi uze phambili nobufakazi obungasiza amaphoyisa ukubopha abasebenzisa izidakamizwa kanye nabenza obunye ubugebengu ukugcina umphakathi uphephile.”

UMfeka uqhubekee wathi kumelwe kuhlatshwe umkhosi uma kunabantu abanezibhamu ezingekho emthethweni, kubika abeKZN Eyethu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.