Uboshiwe owesimame ‘obulale’ indodana yakhe ebiwuhlupho

2016-08-18 11:30

Cape Town – Owesifazane waseGeorge, eWestern Cape, uvele enkantolo mayelana nesigameko sokugwaza indodana yakhe, 29, yashona.

Lo mama kuthiwa ubhokode ngommese indodana yakhe okuthiwa ibidla izidakamizwa, ekhaya labo ePacaltsdorp ngoMgqibelo.

Okhulumela amaphoyisa uMalcolm Poje uthe lo mama uxabane nendodana yakhe kubangwa izinto zakhe ezebile, umama ezivikela ube esegwaza indodana yakhe esifubeni.

OLUNYE UDABA: Umama 'ubulale' indodana eyikhipha amadimoni

“Indodana ishonele endaweni yesigameko. Kube sekuvulwa icala lokubulala kanti umama ube esekhalelwa ngamasongo kaSigonyela,” esho.

Lo mama, 44, ube esevela eNkantolo yeMantshi yaseGeorge ngasekuqaleni kwaleli sonto.

Uzofaka isicelo sebheyili ngesonto elizayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.