Uboshiwe ozame ukufumbathisa amaphoyisa u-R100 000

2017-09-17 15:30

eThekwini - Ukusebenza ngokubambisana kwamaphoyisa aphenya ngabashumbisa izidakamizwa esifundazweni sakwaZulu-Natal, uphiko lwe-K9, uphiko lobugebengu obuhleliwe kanye namaphoyisa kamasipala weTheku aphenya ngezidakamizwa kube yimpumelelo.

Lawa maphoyisa abambe abasolwa abathathu abashushumbisa izidakamizwa.

Laba basolwa abaseminyakeni ephakathi kuka-40 kuya ku-45 ubudala bazovela enkantolo kaMantshi eChatsworth ngoMsombuluko.

Lokhu kungumphumela wophenyo oluthathe izinyanga ezumbalwa, amaphoyisa elandela umkhondo walaba basolwa abamba oyedwa ngoMgqibelo kuPelican Drive, eBayview.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe amaphoyisa abanjwe oqotsheni amukela intshontsho

Lo msolwa utholakale ephethe izidakamizwa zohlobo lwe-cocaine nobunye obuyimpuphu benani lika-R500 000.

Abasolwa ababili babanjwe bengaphakathi endlini kanti oyedwa wabo uzamile ukufumbathisa amaphoyisa.

Lo msolwa wesimame uzame ukunika amaphoyisa imali engango-R100 000 kodwa anqaba amaphoyisa ukwenza inkohlakalo, asale esembophela nalelo cala.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.