Uboshiwe ugwaze wabulala umuntu emcimbini wesintu

2017-01-05 19:31

Willowvale - Owesilisa wase-Eastern Cape ubhekene necala lokubulala kulandela isigameko sokugwaza owesilisa esifubeni.

Lokhu kwenzeke endaweni yaseRhaladiya kanti lo msolwa oneminyaka engu-25 ubudala uboshwe ngoLwesine ngelokubulala owesilisa, 27.

OLUNYE UDABA:Owesilisa ugwazwe umakhelwane kubangwa intombi

Ngokusho kukakaputeni Jackson Manatha, umsolwa kanye nomufi bebehambele umcimbi wesintu kuleli lokushi ngesikhathi kuqubuka ingxabano.

Kuthiwa umsolwa uvele wahosha ummese wagwaza umufi esifubeni wase ebaleleka.

Lo msolwa uzovela phambi kweMantshi yaseWillowvale ngoMsombuluko, kubika iCitizen.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.