Uboshiwe umnikazi wesitolo odayisa amakhrikhethi awumbombayi

2016-12-30 13:01

Pinetown - Amaphoyisa angaphansi kophiko lwe-Durban Explosive Unit abophe umnikazi wesitolo esisePinetown ngokudayisa amakhrikhethi angumbombayi.

Ngokusho kwalowo oyibamba likaKhomishana wamaphoyisa kwaZulu-Natal uMajor General Bheki Langa, amaphoyisa abesesha abantu namabhizinisi kuleli dolobha ngesikhathi engena kulesi sitolo esiseStanfield Lane.

OLUNYE UDABA:Kungenzeka wenyuke futhi uphethiloli

Ngesikhathi amaphoyisa engena kulesi sitolo aqale aphenyisisa ngesitoko kanye nebhizinisi athola ukuthi umnikazi unelayisensi yokusebenza engumbombayi.

Kushaqwe amakhrikhethi enani likaR350 000. Umsolwa,60, ongumnikazi wesitolo, uboshiwe kanti uzovela enkantolo kungekudala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.