Ubufakazi bokuthi ama-website aseka abakwaGupta alawulwa eNdiya

2017-06-29 18:00

Johannesburg – I-Eyewitness News isithole obunye ubufakazi bokuthi i-website esabalalisa izindaba ezeseka umndeni wakwaGupta, i-wmcleaks.com, ilawulwa eNdiya.

IScorpio isanda kudalula ukuthi umkhankaso we-wmcleaks uhlangene kanjani nalowo “owayengunjiniyela” enkampanini yabakwaGupta, iSahara Computers IT, uSaurabh Aggarwal.

U-Aggarwal wajoyina le nkampani yabakwaGupta ngo-2008, kanti ikheli lakhe kwangu-3 Saxonwold Drive, Saxonwold – nokuyindawo engumakhelwane nesithabathaba somuzi womndeni wakwaGupta.

I-website i-wmcleaks ibhaliswe yiPrivacyProtect.org, nokuyinkampani ebhalisa ama-website kubantu abasuke befuna ukungaveli ukuthi bangobani.

OLUNYE UDABA: #GuptaLeaks: 'AmaGupta' ahlela ukuthenga amaphephandaba amakhulu kuleli

Kubikwa ukuthi umthombo we-EWN uthumele i-link yemininingwane yale website kulowo oyi-administrator wekhasi lakuFacebook le-wmcleaks, nelibe selivulwa umuntu okwazi ukufinyelela kuleli khasi.

Lokhu kube sekuxhuma i-IP address yale website, nokwabe sekutholakala umkhondo wayo ukuthi usenkampanini ehlinzeka ngezinsiza ze-internet ezinze kwelaseNdiya, eNew Delhi.

U-Aggarwal, nowayengumsebenzi we-ANN7, kubikwa ukuthi washiya ngonyaka ka-2015 wabe esejoyina inkampani yezobuchwepheshe nalapho kuyimanje ezinze khona, eNew Delhi, India 

Ngomhlaka-19 kuJune 2017, le website ishicilele udaba ‘olumbula izinqe’ ngalowo owayenguMhleli weBusiness Day.

NgoLwesine ekuseni, iqeqebana labalandeli beBlack First Land First libhikishe ngaphandle komuzi kaBruce , eGoli. UBruce utshele iTimesLIVE ukuthi ubengekho lapho, kodwa ubesesiteshini samaphoyisa eParkview ukuzobika ngalolu daba.

Lokhu kuza ngemuva kokuthi iBlack First Land First ikhiphe isitatimende ngoLwesine igxeka “imithombo yabezindaba yabamhlophe” ngokuqhuba “umkhankaso omkhulu wokumelelana neqiniso”, yaphinde yanxusa ukuba kube nombhikisho ngaphandle kwekhaya likaBruce.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
 

Our top picks for doggo post of the week

All the best social media shared posts about our favourite furry friends!

 

Paws

Meet the unstoppable two-legged cat taking over the interwebs!
10 foods you should NEVER feed your dog!
Pet owners are spending thousands on animal birthday parties! Here’s why…
WOOF Project: The pop-up dog adoption station
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.