Ubuhlungu umndeni 'wohudulwe' ngamaphoyisa washona

2017-01-04 10:01

Johannesburg - Isihlobo sendoda eshone eLimpopo okusolwa ukuthi ibulawe ngamaphoyisa amabili siphawule ngosizi umndeni obhekene nalo.

UJohn Khubayi ushone ngemuva kwezinsolo zokuthi la maphoyisa amhudula ngeveni lamaphoyisa ngomhlaka-1 Januwari 2017.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe amaphoyisa amabili ejaha isigebengu kwaDabeka

Kukholakala ukuthi kube nengxabano phakathi kukaKhubayi nala maphoyisa ngaphambi kwesigameko.

UKhubayi ushone ngemuva kokulimala kanzima.

Udadewabo uJane Khunayi uthe isigameko senzeke phambi kwamalungu omphakathi.

"Sibuhlungu ngokwenziwe amaphoyisa okuyiwo okufanele asivikele."

 - EWN

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.