Ubulale umkakhe 'emkhulula ezinhlungwini abekuzo'

2016-05-20 13:30

Florida – Ikhehla laseFlorida, eMelika, liboshiwe kulandela ukuthi lidubule unkosikazi walo obebangwa nezibi ngoba lingeke lingenayo imali yokumthengela imishanguzo yalento emphethe.

UWilliam J Hager, 86, utshele amaphoyisa ukuthi udubule unkosikazi wakhe uCarolyn elele ekhanda emzini wabo osePort St Lucie, ngokusho kwencwadi efungelwe.

UHager wabe esefonela abosizo oluphuthumayo sekudlule amahora edubule umkakhe.

Kuthiwa watshela izikhulu ukuthi ngemuva kokudubula unkosikazi wakhe waya ekhishini wayophuza ikhofi wase eshayela izingane zakhe ucingo wazitshela ngasekwenzile.

OLUNYE UDABA: Uzigwaze uqhoqhoqho obulale umkakhe

“Ngithanda ukuxolisa ngokuthi angizange ngifone lesi sigameko sisanda kwenzeka. Bengifuna ukuqale ngitshele izingane zami kuqala ngosekwenzekile,” esho etshela izikhulu, ngokwencwadi efungelwe.

UHager uthi bese kunesikhathi ecabanga ukubulala unkosikazi wakhe, 78, ngoba efuna ukumkhulula ezinhlungwini abekuzo.

Uthi yize unkosikazi wakhe wake washo ukuthi ufisa ukufa, kepha akazange asho ukuthi umyeni wakhe akambulale.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.