Ubulale umkakhe, namadodana amabili ngaphambi kokuba azilengise

2017-11-29 07:21

Potchefstroom – Kutholakale izidumbu ezine endlini ese-Ikageng ngasePotchefstroom eNorth West, kusho amaphoyisa ngoLwesine.

Esinye sezidumbu bekungesowesilisa,46, esitholakale silenga ophahleni lwendlu.

Kukholakala ukuthi ubulale umkhe oneminyaka engu-30 ubudala, amadodana akhe amabili ngemuva kwengxabano yasekhaya ngoMsombuluko.

ULieutenant Colonel Amanda Funani uthe, ngokwemininingwane yamaphoyisa, umyeni ubenengxabano nomkakhe ngaphambi kokuba bayolala ngoMsombuluko ebusuku.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa ngeke awahoxise kalula amacala odlame lwasekhaya

"Umyeni kusolwa ukuthi uye ekamelweni lezingane, wathatha abafana bakhe. Ube eseyalela indodakazi,13, angayizali ukuba iyofuna unina elokishini,” kusho uFunani.

Kuthe uma indodakazi angayizali isibuya ekhaya, yabona isidumbu sikayise silenga, yabe isiya komakhelwane okuyibona ababikele amaphoyisa.

"Amaphoyisa ayaphenya ngamacala okubulala… Imbangela yesigameko kayaziwa okwamanje,” kusho uFunani.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.