UButhelezi ubongele uNdlozi ngokwethweswa iziqu

2017-09-01 16:03

Johannesburg - Umholi weqembu lezepolitiki iNkatha Freedom Party(IFP) uMntwana waKwaPhindangene ubongele ilungu le-Economic Freedom Fighters (EFF), uMbuyiseni Ndlozi ngokuthola iziqu zobudokotela (PhD).

NgoLwesihlanu, uNdlozi ubhale enkundleni yezokuxhumana ukuthi: "Ngesikhathi siphuma ePhalamende, ubaba uButhelezi ungibuzile ukuthi ngabe sengiyitholile yini incwadi angibhalele yona engibongela kuyo. Ngithe cha. Ube esebeyithumela nge-email."

OLUNYE UDABA: VIDEO: UNdlozi eculela uMalema ngosuku lwakhe lokuzalwa

Kamuva nje uNdlozi uthole iziqu zobudokotela ezifundweni zePolitical Sciences, eWits University.

 - TWITTER:

 - Daily Sun

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.