Ubuyela enkantolo osolwa ngokuba ngumalugaju e-UCT

2016-07-21 08:30

Cape Town - Ubuyela enkantolo namuhla osolwa ngokuba ngumalugaju.

UPatrick Hlomane ophinde aziwe ngelikaMthunzi Makhamba usolwa ngokuhlasela abantu besifazane abahlani eduzane naseRhodes Memorial eKapa.

Umsolwa waboshwa ngoMashi.

OLUNYE UDABA: Uvelile umalugaju waseKZN enkantolo

Abashushisi bakholwa wukuthi kunobufakazi obuqinile kubalwa nevideo nezingxoxo eziqoshiwe kumakhalekhukhwini ezibandakanya uHlomane kuhide lwezigameko zokudlwengula ezuzane nasophikweni lweNyuvesi yaseKapa.

UHlomane usazothweswa ngamacala amahlanu okuhlasela kodwa usangumsolwa emacaleni okudlwengul;a nokubamba inkunzi abantu besifazane eduzane nophiko lwesikole ngoNovemba.

Lesi sigameko sokuqala esabikwa, esakamuva senzeke ngoMashi ngesikhathi owesifazane ethi wasatshiswa ngommese wakhonjwa ehklathini ngenkani wadlwengulwa wagcinwa lapho amahora angu-24, kubika i-EWN.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.