Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala 9 wabantu nangokuzama ukubulala

2017-08-29 09:32

Pretoria – Owesilisa waseKatlehong omataniswa namacala okubulala nokuzama ukubulala kulindeleke avele eNkantolo kaMantshi ePitoli ngoLwesibili.

Owesilisa, 31, waboshwa eRondebult, e-Alberton, ngoJulayi esigamekweni sokudubulana namaphoyisa.

Izigameko zokubulala zenzeka kusukela ngoMashi 2017 kwaze kwaba uyaboshwa ngoJulayi, kusho okhulumela amaphoyisa aseGauteng uLungelo Dlamini etshela iNews24 ngeSonto.

OLUNYE UDABA: I-BLF yeseke 'umbhikisho' wabafundi eThekwini

"Kwesinye isigameko, wahlasela amalungu amane omndeni ‘wabulala’ ingane eneminyaka engu-9 ubudala ngoMeyi nonyaka,” kusho uDlamini.

IJacaranda FM ibike ukuthi ngaphambi kokuba aboshwe – ngosuku aboshwa ngalo - umsolwa wabulala omunye umuntu wesilisa, walimaza omunye.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.