Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala intombi yakhe washisa isidumbu

2017-08-30 09:30

Johannesburg – Owesilisa osolwa ngokubulala uKarabo Mokoena kulindeleke abuyele eNkantolo  kaMantshi eGoli ngoLwesithathu.

USandile Mantsoe usolwa ngokubulala owesifazane owayeyintombi yakhe, ngaphambi kokuba ashise isidumhu sakhe.

Isidumbu sikaMokoena satholakala egodini elifishane eLyndhurst.

OLUNYE UDABA: Kuqhunyiswe imoto ethwala imali eGoli

UMantsoe ubhekene necala lokubulala nokuphazamisa ukusebenza kwengalo yomthetho.

UMantsoe uthi umufi wazibulala yena. Umsolwa wanqatshelwa ibheyili.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.