Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala uKarabo Mokoena

2018-04-26 11:04

Johannesburg - Kulindeleke ukuba abuyele eNkantolo eNkulu eGoli namuhla uSandile Mantsoe, osolwa ngokubulala lowo owayeyintombi yakhe, uKarabo Mokoena.

Isidumbu sikaMokoena satholwa eLyndhurst ngo-2017.

OLUNYE UDABA:Usenkantolo osolwa ngokubulala uKarabo Mokoena

NgoLwesithathu, amaphoyisa athule ubufakazi athi uMantsoe wayesesimeni esikahle endaweni okwatholwa kuyo isidumbu.

Lithe umsolwa wayesebenzisana namaphoyisa futhi eyinqonda yonke inqubo eyayizolandela.

UMantsoe ukuphikile ukubulala uMokoena.

 - eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.