Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala unina

2016-08-10 10:00

Johannesburg – Indodana kalowo owayeyilungu lebhodi leSouth African Broadcasting Corporation (SABC), uHope Zinde, kulindeleke ukuba ivele eNkantolo yesiFunda yaseBrits.

UMark Zinde usolwa ngokubulala umama wakhe ekhaya labo ePecanwood Estate, eHartbeespoort Dam, eNorth West, ngoJuni.

OLUNYE UDABA: Uzibulele obulale unina kubangwa isikhukhukazi

UMark, 23, uphinde wabekwa icala lokutholakala nezidakamizwa.

Ummangalelwa akavelanga enkantolo ngenyanga eyedlule ngoba wayesahlolwa ingqondo.

Inkantolo yakhipha umyalelo wokuthi uMark ayohlolwa ingqodo ukuze kubonakale ukuthi ngabe ukulungele yini ukuqula icala lokubulala umama wakhe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.