Ubuyela enkantolo owabanjwa nekhanda lomuntu wesifazane erenki

2016-07-27 10:01

Johannesburg - Kulindele ukuba 'umeshente' avele eNkantolo yeMantshi yaseMokerong eLimpopo ngoLwesithathu eyofaka isicelo sebheyili.

U-Edward Raatjie uboshwe ngemuva kokuba ebanjwe ehambisela ikhasimende ugebhezu lekhanda lowesifazane nezicubu zomzimba wakhe erenki yasePolokwane. 

OLUNYE UDABA: Zimkhalele ozame ukushumpula ikhanda lomshana wakhe nge-razor

Ngaphambilini indoda asebenzisana nayo uStanley Mohlake itshele inkantolo ukuthi wayengazi ukuthi izicubu zomzimba ezazisesikhwameni lezi ayezihambisa.

Yize kunjalo uMohlake usichithile isicelo sebheyili ngemuva kokuba icala lidluliselwe eNkantolo yeMantshi yasePolokwabe eMokerong.

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.