Ubuyela enkantolo 'owashaya' owesifazane ngenduku yegalofu

2017-01-23 07:00

Johannesburg – Owesilisa osolwa ngokushaya isisebenzi sasendlini ngenduku yegalofu kulindeleke ebuyele eNkantolo yeManstshi yasePitoli ngoMsombuluko.

Umsizi wasendlini wangeniswa egujini labagula kakhulu esibhedlela sendawo ngemuva kwesehlakalo, esenzeka empumalanga yePitoli, ngokusho kwe- Economic Freedom Fighters ngonyaka odlule.

Owesifazane kuthiwa wahlaselwa ngumqashi wakhe esendlini ngoDisemba 3.

OLUNYE UDABA: Kubikwa ukuthi usenkingeni nabaphathi umsakazi woKhozi FM

I-EFF yavulela umqashi icala lokuzama ukubulala eSinoville, ePitoli.

Okhulumela amaphoyisa aseGauteng, uLieutenant Colonel Lungelo Dlamini, ukuqinisekisile ukuthi likhona icala elivuliwe.

I-EFF ePitoli yethembise ngokulilandela leli cala, ngesikhathi futhi ibheke isimo sowesifazane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.