Ubuyela enkantolo owatholakala nezicubu "zezinkomo" efrijini

2016-07-12 07:48

Bloemfontein – UPeter Frederiksen odabuka eDenmark owatholwa nezijumba zezicubu zezitho zangasese zabantu besifazane naloyo asolwa naye kuleli cala uMotlatsi Moqeti kulindeleke ukuba babuyele eNkantolo yesiFunda yaseBloemfontein namuhla.

Kuzozwakala namuhla usuku lokuba uFrederiksen uzovela nini eNkntolo eNkulu. Abe-National Prosecuting Authority bathi belungakaphothulwa uphenyo ngoMoqeti.

OLUNYE UDABA:  Uphika elokubulala unkosikazi owatholakala nezicubu "zenkomo"

Egcina ukuvela uMoqeti, abameli bakhe baziohoxisa kuleli cala njengoba bebengakakhokhelwa. Ulindeleke ukuba afake isicelo sokuthola ummeli wesihe.

UFrederiksen, 63, waboshwa ngomhlaka-17 Septhemba 2015 ngemuva kokutholakala kwezicubu "zezinkomo" ezingu-21 efrijini lakhe emzini wakhe oseLangenhoven Park eBloemfontein.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.