Ubuyela enkantolo owengozi eyadlula nabantu abangu-8 ePMB

2016-07-13 11:32

Pietermaritzburg - Kulindeleke ukuba abuyele enkantolo namuhla uLungile Mthimkhulu oneminyaka engu-44 ubudala ngamacala angu-8 okubulala ngokungenhloso abafundi baseFezikuhle eMgungundlovu.

UMthimkhulu wayengumshayeli weveni elaligcwele izingane zesikole samabanga amancane iFezokuhle ezihambisa esikoleni elavele laphaphalaza langena emzini womuntu eMbali esigcemeni sase-18 kwashona izingane ezingu-8 abanye balimala kanzima.

OLUNYE UDABA: Ishonile ingane eneminyaka emine eshayiswe iveni

Isigameko senzeka ngomhlaka-28 Januwari 20 ngomyaka ophelile.

Leli cala selihlehle kaningana njengoba kuthiwa imibiko ayikapheleli.

Lesi sigameko sashiya iningi lishaqekile kwaze kwangenelelea nomnyango wezeMfundo nowezokuThutha kazwelonke, kubika i-Eyethunews.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.