Ucele ibheyili yokuvalelisa ekhaya agoqe nezamabhizinisi olahlwe elokubulala

2017-03-29 19:32

eKapa – Umdwebi odume umhlaba wonke jikelele, uZwelethu Mthethwa, walahlwe yicala lokubulala eNkantolo eNkulu yaseWestern Cape.

UMthethwa ucele ibheyili ukuze ayogoqa kahle konke okuthinta amabhizinisi aphinde avalelise kahlenasendodakazini yakhe eneminyaka engu-15 ubudala.

Lesi sicelo sifakwe wummeli wakhe uWiilam Booth ukuba anikezwe ithuba lokulungisa impilo yakhe ngaphambi kokuba kwehliswe isigwebo.

Lo mmeli uthe izingcweti axhumana nazo ukuba zizomeluleka ngaleli cala, zithola ubunzima uma kumele zingene ejele lasePollsmoor.

"Okubuhlungu ngejele lasePollsmoor wukuthi kunzima ukungena kulo kanti lokhu kwenza kube nzima ukuba sihlele amaphuzu abalulekile esizowabeka," kusho uBooth.

OLUNYE UDABA:Owesilisa uphekwa ngemibuzo ngokufa kwentombazane,11

IJaji uPatricia Goliath alisamukelenga lesi sicelo sokukhokha ibheyili ka-R10 000 futhi lithe uma umuntu eselahlwe yicala elibucayi akube kusaba khona ukuthi umsulwa.

Yize kunjalo, uBooth uthe uMthethwa akakaze ayephule imibandela yebheyili yakhe phambilini futhi akanawo amandla okweqa kuleli futhi akayona ingozi emphakathini.

Lo mmeli ucele ijaji ukuba lisicubungule lesi sicelo ngisho lingabeka imigomo nemibandela eqinile njengokuboshelwa ekhaya noma ukukhuphula inani lebheyili libe ngu-R20 000, bazozama ukuyihlanganisa leyo mali, kubika i-eNCA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.