Ucele ukuba simbulale isisulu ahluleke ukusibulala

2017-01-27 11:32

Columbus – Ibhungu lase-Ohio elisolwa ngokudubula uzakwabo afunda nabo esikoleni lishaqekile lithola ukuthi isisulu sisaphila, labe selicela omunye umfundi ukuba amdubule, ngokusho kwamaphoyisa ngoLwesithathu.

"Awufile!" kusho umsolwa, ngemuva kokubona ukuthi akafanga uLogan Cole, ngokusho kombiko.

Umsolwa ube esebhekisa isibhamu ngakuyena (esibeke esiphongweni) wacela uCole,16, ukuba amdubule.

OLUNYE UDABA: Ubuyela enkantolo osolwa ngokubulala umqashi

Umbiko uthi uCole walile ukudubula isisulu esehlakalweni esenzeke ngoLwesihlanu esikoleni samabanga ephakeme eWest Liberty.

UCole uyelashwa eColumbus children's hospital, kanti usesimeni esethembisayo.

Umsolwa uthweswe icala lokuzama ukubulala enkantolo yezingane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.