UCele uxwayise izigebengu ngokuthi zizokuthola ezikufunayo

2018-03-09 14:00

Pretoria – UNgqongqoshe wamaPhoyisa uBheki Cele uthi amaphoyisa e-SAPS awekho sempini nabantu baseNingizimu Afrika kodwa azophendula ngempi uma impilo yawo ibekwa engcupheni yizigebengu.

UCele ukhulume kanje emcimbini obubanjelwe ePitoli lapho abemukelwa khona nguKhomishana wamaPhoyisa kuzwelonke uKhehla Sitole.

UNgqongqoshe uthi amaphoyisa ajutshelwe ukwenza iNingizimu Afrika indawo ephephile kubona bonke abantu.

"Noma ngabe ubani olwa nathi, imiphakathi emsulwa, nabesifazane… ufuna impi futhi uzoyithola. Akumele sivume ukuthobela izigebengu.”

OLUNYE UDABA: Owesifazne ecaleni lokudlwengula

UCele unxuse amaphoyisa ukuba acije amakhono awo ukuze ezokwazi ukulwisana nobugebengu.

Uphinde waxwayisa ngokuthi ngeke babekezelelwe labo abangcolisa igama lamaphoyisa.

UCele wayenguKhomishana wamaPhoyisa phakathi kukaJulayi 2009 no-Okthoba 2011. Kanti ungene kulesi sikhundla ngemuva kwezinguquko ezenziwe nguMengameli Cyril Ramaphoyisa kwiKhabhinethi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.