UChicco Twala ushaya phansi ngonyawo ngefilimu kaBrenda

2018-01-15 11:00

Johannesburg - USello “Chicco” Twala ushaya phansi ngonyawo, uthi ifilimu entsha ngempilo kaBrenda Fassie ngeke iqhubeke engavumanga yena.

Lo mbhali wamaculo nophinde abengumdidiyeli uthi amalungelo awo wonke amaculo kaBrenda angawakhe, wawabhala futhi adidiyelwa nguyena, futhi uzothatha izinyathelo zomthetho ngenhloso yokuvimbela ukukhishwa kwefilimu ngempilo kaBrenda.

“Ngaphandle nje kokuthi inkampani yami inamalungelo, akekho oseke wakhuluma nami. Ngizizwa ngidelelwa futhi ngibukelwa phansi, ikakhulukazi njengoba kuyimina owabhala cishe u-75% wamaculo akhe,” kusho uTwala obedinwe efa ngesikhathi ekhuluma neCity Press ngoLesihlanu.

“Ngaphandle komculo engawubhala mina ngaphinde ngawudidiyelela uBrenda, ayikho ifilimu. Le filimi ngeke ibebikho.”

OLUNYE UDABA: Umlingisi uphika amahlebezi okushiya 

Ngeledlule, inkampani yase-UK iShowbizbee, ngokubambisana neyakuleli iLegaci Nova Entertainment, bamemezela ukuthi benza ifilimi ngempilo kaBrenda okulindeleke iphume ekupheleni konyaka.

Ifilimi kulindeleke iqoshelwe eGoli naseKapa.

UMaBrrr washona eneminyaka engu-39 ubudala eSunninghill Hospital mhlaka 9 Meyi 2004 ngemuva kokusebenzisa ngokweqile i-cocaine.

UThokozani Mthembu okunguyena owayebhekele amafa kaBrenda uthi uTwala unehaba uma ethi wakhiqiza waphinde wadidiyela cishe u-75% wezingoba zikaBrenda.

Uthi uBongani Fassie uyena onelungelo lokugunyaza ukukhiqizwa kwefilimi manje njengoba amafa asabiwa. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.