UChicco Twala uvikela uKelly ngokubulawa kukaSenzo

2018-02-27 16:00

Johannesburg - UChicco Twala uvikele uKelly Khumalo njengoba eqhubeka amahlebenzi athi lo mculi wabanesandla ekubulaweni kukaSenzo Meyiwa, yingakho engasho ukuthi ubani owadubula lesi sihlabani seBafana Bafana.

UChicco ubesematheni kulezi zinsuku ngemuva kokuba umuntu othize ku-Twitter ethe unolwazi ngokubulawa kukaMeyiwa, wakhomba indodana kaChicco, uLongwe.

UChicco useqashe ongoti bezinkundla zokuxhumana ukuba bazame ukuthola ukuthi ubani lo ongcolisa igama lomndeni wakhe.

UChicco utshele iTshisaLIVE ukuthi uyakwazi ukukhala kwesizwe ngokufa kukaSenzo, kodwa ukholelwa ukuthi uKelly nendodana yakhe uLongwe abenzanga lutho.

OLUNYE UDABA: UKhaya uthi wayazi ukuthi uNtando ungumaqondana wakhe

"Ngangingekho kubulawa uSenzo kodwa ngiyazi ukuthi uKelly noSenzo babethandana. Wayengambulalelani? Babethandana. Banengane ndawonye. Ngabe kukhona asekukhulumile ukuba uyazi.

Uthi ukuba uSenzo uyamazi umbulali ngabe usewanikile amaphoyisa imininingwane.

Uthi akenandaba ukuthi abantu bathini ezinkundleni zokuxhumana kodwa yena ufuna ukugeza igama lakhe. “Uma ekhona othi ngiyathinteka, akalethe ubufakazi.”

USenzo wadutshulwa wabulawa esemzini wakubo kaKelly eVosloorus ngo-Okthoba 2014.

- Sowetan Live

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.