Uchithe ubusuku bokuqala ejele owabiza iphoyisa ngekhafula

2018-03-29 11:05

Johannesburg - UVicki Momberg wayesebenza njengeReal estate agent uchithe ubusuku bakhe bokuqala ejele ngemuva kokuba iNkantolo yeMantshi yaseGoli imunqabele ibheyili ngoLwesithathu.

UMomberg ngaphambilini wayegwetshwe iminyaka emithathi ebhadle ejele, walengiselwa unyaka owodwa iminyaka emithathu.

UMomberg ulahlwe ngamacala amane okudicilela isithunzi somuntu phansi ngoNovemba ngonyaka ophelile.

OLUNYE UDABA:Ugwetshiwe iminyaka emithathu ebhadla ejele owabiza iphoyisa ngekhafula

Lokhu kuza ngemuva kokuzwakala kwenkulumo yakhe enokucwasa ngokwebala ayeyibhekise ephoyiseni elimnyama elalimusiza kulandela isigameko sokubanjwa inkunzi.

INkantolo ithole ukuthi uMomberg wasebenzisa igama elithi ikhafula izikhawu ezingaphezu kwezingu-40.

Isicelo sakhe saokudlulisa icala lakhe sizolalelwa ngesonto elizayo, ngoLwesithathu.


 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.