Ucishe wafa obengasabadedeli abanye ethoyilethi

2016-05-11 14:26

Washington D.C - Isezikhindini indoda yaseConnecticut ngemuva kokusolwa ngokudubula isicabha sethoyilethi likamakhelwane ngoba kukhona umuntu othatha isikhathi eside ukulisebenzisa, kusho umbiko.

UShawn Cummins, 22, uboshwe ngeSonto ekuseni ngemuva kokuba kubikelwe amaphoyisa ngendoda ebicwile kakhulu kwezikaFaro efulethini.

Amaphoyisa athe uCummins ubengaphandle ephuze kakhulu utshwala kodwa wangena esitokisini ngapahndle kokuqhuba inkani.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe owesifazane ngokunukubeza omunye ebhanoyini

Kusolwa ukuthi uCummins uvele wathukuthela wakhipha isibhamu sakhe wadubula isicabha sethoyilethi.

Amaphoyisa athe uCummins waya emzini kamakhelwane wakhe eyovakasha ngezithuba zabo-02:00 kwathi ngemuva kwesikhashana waya endlini encane walinda kodwa wabe esecasuka ngesikhathi obengaphakathi ethoyilethi engasaphumi.

Inhlamvu yacishe yamdubula obengaphakathi ethoyilethi.

Akekkho olimalile kulesi sigameko.

Amapohiysa athe isibhamu sikaCummins sisemthethweni.

Isibhamu sikaCummns sishaqwe ngamaphoyisa ukzue sizoba yingxenye yobufakazi, kubika iHuffingtonPost.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.