Ucishe washa oshise umuzi wakhe ehlezi ngaphakathi kuwo

2016-08-12 17:33

Bulawayo - Indoda yaseDande Zambara eMt Darwin eyaziwa ngelikaTapiwa Kamuramba kubikwa ukuthi ivele yasangana yashisa umuzi wayo ngemuva kokuphuza ngokwenqile utshwala, iKachasu.

Izakhamuzi ezisondelene nodaba zitshele abephephandaba ukuthi le ndoda iqede yonke imali otshwaleni nakugwayi.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele osolwa ngokubulala ubaba wamlahla esitamkokweni

Ngemuva kokuphuza utshwala le ndoda isolwa ngokokhela ngomlilo umuzi wayo isengaphakathi.

Ngenhlanhla ibingawukhiyile umnyango omakhelwan ebakwazxi ukungena bayifica ihlezi iqedela utshwala bayo.

Le ndoda ayizange ilimale kulesi sigameko, kubika iBulawayo24.


- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.