UClinton Larsenuncome kakhulu umqeqeshi wezikaMagebhula uMicho Sredojevic

2018-03-17 10:30

Durban - Umqeqeshi weGolden Arrows uClinton Larsen uthi usebenza ngokuzikhandla ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi abadlali bakhe babukhali phambi kwamapali uma sebebhekene ne-Orlando Pirates ePrincess Magogo Stadium kusasa ngoMgqibelo.

I-Arrows sekuphele cishe amasonto amabili ingadlali, nokubanikeze ithuba lokulungisa izinkinga ezindaweni ezithize, ikakhulukazi kulandela ukulahlekelwa amaphuzu bedlala nePolokwane City emdlalweni odlule, lapho bangenelwa khona amagoli amabili ngasekugcineni.

I-Arrows iqoqe amaphuzu amane emidlalweni emibili edlule – njengoba yadlala ngokulingana neCity, yawina idlala ne-Ajax Cape Town – kanti uLarsen ufuna ukwakhela phezu kwalokhu. Futhi uyaiz ukuthi ukushaya iBhakabhaka kuzoqinisa amathuba okuba baqede ku-top 8.

“Okokuqala abafana bathole izinsuku ezimbalwa zokuphumula kanti futhi kulesi sigaba sesizini kubalulekile lokho,” kusho uLarsen kwi-KickOff.com.

OLUNYE UDABA: OweChiefs ukholelwa ukuthi basangasithatha eseligi

I-Arrows nePirates sebedlale kabili kule sizini, emdlalweni owodwa we-Absa Premiership kanye noweTelkom Knockout.

Umdlalo weligi bawudlala ngokulingana, kanti iPirates yanqoba owomkhumulajezi ngegoli likaThabo Qalinge.

ULarsen uthi uchazekile ngomsebenzi womqeqeshi wePirates uMicho Sredojevic kule sizini.

“Ngichazekile impela ngaleli qembu lePirates,” kusho uLarsen.

“Ngicabanga ukuthi ingelinye lamaqembu asezingeni eliphezulu kwiligi.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.