Ubhaxabule isigebengu simbamba inkuzi, wase ethatha i-selfie

2016-07-26 14:31

Cape Town – Isigebengu ebesizama ukubamba inkunzi ngommese sithole ebesingakulindele eStellenbosch.

Isisulu sivele sabamba isigebengu sasidaxabula ngenduku. Sithe sisalele phansi isigebengu, lo wesilisa obebanjwa inkunzi uNathan Wood uthathe ama-selfie.

OLUNYE UDABA:Uphenduke iqhawe owoZalo eshaya isigebengu eThekwini

UWood,27 ufake lezi zithombe izinkundleni zokuxhumama uFacebook kuvele nesigebengu silele phansi.

“Uma ubuka lesi sithombe, abantu bazocabanga ukuthi ngizishaya isifuba, kodwa lo mlisa ufike kimi ngenhloso yokungigebenga, ngiyajabula ukuthi ubezama ukuthatha amashansi ngami hhay intombazanyana engakwazi ukuzilwela,” kusho yena.

Nathan Wood's selfie with the alleged mugger. (Facebook)

(isithombe sithathwe kuFacebook kaNathan Wood)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.