UDe Lille uthi uzoyilwa enkantolo eyokuxoshwa kwi-DA

2018-05-08 14:02

UPatricia de Lille uthi uzoyilwa enkantolo eyokuthi iDemocratic Alliance ithathe isinqumo sokudabula isivumelwano sobulungu bakhe.

Isigungu esiphezulu seqembu simemezele ngoLwesibili ekuseni ukuthi uDe Lille akaselona ilungu le-DA ngenxa yokuphawula akwenza ngesikhathi emenywe emsakazweni i-702 neCape Talk.

Kule ngxoxo, uDe Lille waveza ukuthi uzoshiya i-DA, nokuyinto iqembu elithi iyaphambana noMthethosisekelo walo.

UDe Lille akazange apholise maseko njengoba naye ebize isithangami sabezindaba eziphendulela, wasola i-DA ngokuthatha izindlela ezinqamulelayo ekumxosheni.

Ube esememezela ukuthi uzosiphonsela inselelo enkantolo isinqumo se-DA sokumxosha.

Khonamanjalo, lowo oyibamba lemeya eKapa u-Ian Neilson ukhulume nabezindaba waveza ukuthi i-DA ithathe isinqumo sokufaka uDe Lille amasondo ngokushesha, okusho ukuthi akaselona ikhansela futhi akaseyona imeya.

UNeilson uthe alokhu ushintsho olungako oluzokwenzeka kulabo abebesebenza eduze noDe Lille.

Uthe abanye bazoqhubeka ezikhundleni abazibambile, kepha lokho kungokwesikhashana.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.