UDe Lille wesabise ngokuthathela i-DA izinyathelo zomthetho uma imkhipha esikhundleni

2017-12-18 12:27

Cape Town – IMeya yaseKapa uPatricia de Lille yesabise ngokuthathela i-DA izinyathelo zomthetho uma nje ingamkhipha esikhundleni.

Ngeledlule, i-DA yamisa uDe Lille kule nhlangano yamvulele icala kulandela izinsolo zenkohlakalo.

Unikezwe kuze kube uMsombuluko ukuba ahlinzeke ngezizathu zokuthi kungani kungamele akhishwe esikhundleni.

OLUNYE UDABA: Kugwetshwe owesifazane ngokudelela inkolo yamaSulumane

NgoSepthemba, inhlangano yamnikeza ikhefu eliyisipesheli, kwabe sekusungulwa uphenyo ukubheka isimo noma umthelela wepolitiki ekuphathweni kweKapa.

UDe Lille uthi nokho uhlelo lophenyo lwaluchemile kanti futhi njengamanje uhlanganisa lokho azokwethula esigunwini esiphezulu se-DA.

Uthi uma nje i-DA ingamkhipha esikhundleni semeya, uzothatha izinyathelo zomthetho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.