Udedele iziqhumane emcimbini womculo obegula ngengqondo

2016-07-25 18:34

Germany - Owesilisa odabuka kwelase-Syria udedele iziqhumane emcimbini obuseningizimu neGermany, kubika iNewswatch.

Kulimale abantu abaningi, kanti ngokusho kwabezomthetho umsolwa uzibulale yena ngemuva kokwenza lokhu.

Lesi isehlakalo sesithatho sokuhlasela esenzeka kuleli lizwe isikhathi esingangesonto.

OLUNYE UDABA:Idelakufa libulale 12 wabantu liziqhumisa ngebhomu

Kuthilwa umsolwa lo, oneminyaka engu-27 ubudala uke wachitha isikhathi eside esibhedlela sabagula ngengqondo.

Amaphoyisa athi lo msolwa ubehlose ukuqhumisa phakathi emcimbini womculo kowa waxoshwa ngoba ubengenalo ithikithi, wase eqhumisa indawo yokudlela phandle.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.