Udedeliwe ejele owagwetshwa kungafanele ngo-2009

2017-11-20 16:02

Johannesburg – Owesilisa wase-Eastern Cape ukhululiwe ejele ngezizathu zokuthi walahlwa yicala bungekho ubufakazi bokuthi wayekhona kubanjwa inkunzi imoto ethwala imali.

INkantolo eNkulu yokuDluliswa kwamaCala isihoxisile isinqumo seNkatolo eNkulu yaseBisho eyalahla ngecala uMsobomvu Qhinga yamgweba iminyaka engu-28 ebhadla ejele yena kanye nabanye.

Ngaphandle kokwenaba ngemininingwane, inkantolo iphinde yadedela uCamagu Zimela noLuvuyo Mmcaphukisi.

ULungile Jamiso, Lizo Lumbe noLindile Magi bona basazobhadla ejele.

OLUNYE UDABA: Ubengabonwa esithangamini sabezindaba okhale ngaphansi kuma-idols

Bonke laba baboshwa ngo-2006 kulandela ukubanjwa kwemoto eyayithwele imali yesibonelelo sikahulumeni.

Kulesi sigameko kwadutshulwa kwalinyazwa unogada ngaphambi kokuba izigebengu zithathe isibhamu sakhe esinezinhlamvu.

UQhinga, 53, onguyise wezingane ezimbili, ubelokhu ahlala ejele ngo-2006 ngesikhathi eboshwa, ngaphambi kokuba agwetshwe ngo-2009.

- The Star

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.