Udedeliwe ejele uthisha owalahlwa elokudlwengula

2016-07-08 16:03

Durban – Uthi sinzima isimo emndenini owesilisa odedelwe yinkantolo ngemuva kokudlulisela isinqumo sesigwebo sakhe eNkantolo eNkulu yaseMgungundlovu.

UDumisani David Zimema, owayenguthishanhloko esikoleni samabanga aphezulu eMzimkhulu.

UZimema walahlwa yicala lokudlwengula ngo-2013, wachitha iminyaka emibili ejele, wase eyadedelwa ngemuva kokudlulisa isigwebo sakhe.

UZimema uthi impilo kuyena nomndeni wakhe inzima kusukela abhixwa ngobubende inyama engayidlanga.

OLUNYE UDABA: Uvelile uthisha ngelokudlwengula

Uthi ngaphambi kokuthi aboshwe wafonelwa yisekela lakhe lamtshela ukuthi kukhona abantu abazofika nengane “ayonile” ukuze ezokhokha inhlawulo.

“Ngempela bafika nale ngane, ngase ngiyanqaba ukukhokha inhlawulo ngento engingayenzanga,” esho.

UZimema uthi lokhu kwenziwa abantu ababefuna aphume esikhundleni.

Icala likaZimema lizoqulwa kabusha ngoSepthemba.

Thola udaba oluphelele ephephandabeni iLANGA.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.