Udedeliwe owase-PMB osolwa ngokubulala intombi nge-acid

2016-04-28 10:02

Durban – Namanje usadidekile umndeni kaThulile Phungula waseWillowfontein, eMgungundlovu, ngokudedelwa kommangalelwa ecaleni lokubulawa kwalo wesifazane.

Inkantolo idedele uSimphiwe Mbanjwa, 35, ngemuva kokuveza ukuthi ubufakazi buyaxega kuleli cala, kubika iLANGA.

UMbanjwa usolwa ngokubhunyela uPhungula, 23, nge-acid kwathi enye wayifaka esithweni sikamufi sangasese ngo-Agasti wonyaka odlule.

OLUNYE UDABA: Liyaqhubeka olosolwa ngokuphuzisa owayeyintombi i-acid

Kuthiwa ngaphambi kokuthi ashone, uPhungula washo ukuthi nguMbanjwa omhlaselile.

“Kuyaxaka ukuthi icala livele liphele kanjalo nje ekubeni udadewethu washo ngemuva kokuba ashone ukuthi ngubani omhlaselile.

“Sesinikele konke kuNkulunkulu ngoba umthetho uhlulekile ukusisiza,” kusho uSane Phungula, ongudadewabo kamufi.

Ukubulawa kukaPhungula ngale ndlela kwashiya umphakathi ubambe ongezansi ngesihluku okwenzeka ngaso.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.