Udedelwe ngebheyili obeqola ngegama likaNdunankulu

2017-01-04 18:01

Johannesburg - Owesilsa okukholakala ukuthi waqola amalungu omphakathi nezikhulu zikahulumeni ezenza uNdunankulu waseNorth West uSupra Mahumapelo, udedelwe ngebhiyili ka-R1000 yiNkantolo yeMantshi yaseMolopo eMahikeng.

Kulindeleke kwengezwe amanye amacala.

UThato Frederick Hangare,25, oboshwe eCampden eKuruman, udedelwe ngebheyili ngombandela wokuthi avele kabili ngesonto esiteshini samaphoyisa.

OLUNYE UDABA: Uhlalele ovalweni okweqe indodana yakhe ejele

Kuthiwa waqola abantu imali elinganiselwa ku-R3000.

Kulindeleke ukuba imali yenyuke kodwa njengoba oKlebe besaqhubeka nophenyo.

Kulindeleke aphinde avele enkantolo ngoMashi 29, kubika iSABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.