Udedelwe ngebheyili umsolwa kwelokubulawa kwabe-ANC

2016-07-14 20:30

Durban - Kuhlukene imibono ngesikhathi iMantshi eNkantolo yaseMgungundlovu idedela oloswa ngokubulala amalunga e-ANC, kubika i-EyethuNews.

UMnu Bonginkosi Shabalala (40) udedelwe ngebheyili kaR5000 ngokubulala amalunga e-ANC eMbali ePietemaritzburg.

OLUNYE UDABA:Uhluleke ukucacisela inkantolo ukuthi umufi wazibulala kanjani

IMantshi ithe lo msolwa angahamba ayohlala eBulwer, kodwa kumele abike  esiteshini samaphoyisa akhona kathathu ngesonto futhi angazibandakanyi kwimihlangano yezepolitiki kuze kuphothulwe leli cala.

Umsolwa ubhekene namacala amabili okubulala uBadedile Ntshapha kanye noPhetheni Ngubane, abadutshulwa ngomhlaka 8 Juni bephuma emhlanganweni we-ANC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.