Udedelwe ngebheyili yamahhala umshayeli kaMalema

2016-11-15 12:32

Bloemfontein – Lowo oshayelela umholi we-EFF, uJulius Malema, udedelwe ngebheyili yamahhala ngoMsombuluko ngemumva kokuboshwa ngezinsolo zokuthi ubanjwe egijima ngesivinini esingaphezu kwesivumelekile, waphinde wanqaba ukubambisana namaphoyisa omgwaqo, lokhu kushiwo nguMqondisi we-Traffic Management eFree State, uGeorge Ramotsoto.

Akukacaci ukuthi lo mshayeli uvelile yini enkantolo noma cha.

OLUNYE UDABA: Abafundi bazobhikisha baze bayithole imfundo yamahhala - Malema

Kusolwa ukuthi lo mshayeli ubegijima ngesivinini esingu-187km/h endaweni okuvumeleke kuyo u-120km/h, eParys, ngosuku obekuzovela ngalo uMalema enkantolo eBloemfontein ngecala elimayelana nokugqugquzela abalandeli bakhe ukuba badle noma yimuphi umhlaba ongasetshenziswa.

Ngokusho kwaRamotsoto, amaphoyisa omgwaqo kudingeke ukuba alandele le moto yaze yafika eVentersburg, okuyibanga elingaphezu kwa-100km, njengoba besola lo mshayeli ngokuthi ubengayingeni eyokuma ngesikhathi bemmisa.

Ngemumva kokuboshwa kwalo mshayeli, uMalema uzibambele mathuba wazishayelela ebheke enkantolo.

Eminye imininingwane, okuhlanganisa igama lomshayeli kanye nosuku azovela ngalo enkantolo, uRamotsoto ubengakabi nayo. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.