Udedelwe ngemuva kweminyaka engu-17 owagwetshwa ngephutha efana nomsolwa

2017-06-13 18:00

Kansas - URichard Anthony Jones usehlale iminyaka engu-17 ebhadla ejele ngecala lokugebenga elenzeka ngo-1999 eRoeland Park, Kansas.

Babungekho ubufakazi bolibofuzo obumxhumanisa naleli cala kodwa wagwetshwa ngemuva kokuthi ufakazi oyedwa akhomba yena njengesigebengu esamenzakalisa.

UJones wagwetshwa iminyaka engu-19 kanti uthi inkantolo ayizinakanga izikhalazo zakhe ngesikhathi esho ukuthi wayengekho nokubabikho lapho okwenziwa khona ubugebengu.

Ngo-2015 waxhumana nabacwaningi benhlangano iMidwest Innocence Project - esiza iziboshwa ezikholwa wukuthi azinacala zithole inkululeko.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe umsolwa ngokubulawa kwephoyisa eFolweni

Wacela abacwaningi ukuba bamsize athole ubufakazi bokuthi akalenzanga leli cala.

Abacwaningi balandela udaba lwakhe baze bathola owesilisa ogama lakhe ngu-Ricky ohlala endaweni engamakhilomitha angu-16 nalapho okwenziwa khona ubugebengu.

“Ngesikhathi ngibona isithombe sakhe, ngabona ukuthi kungani ngangifaniswa naye,” kusho uJones.

Ngemuva kokutholakala komsolwa wangempela ijaji ladedela uJones yize besekusele iminyaka emibili  nje vo aphume ejele, kubika iTimeslive.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.