UDidiza uthembisa ngokukhuculula imijondolo

2016-07-14 10:02

Johannesburg – Ogaqele esokuba yiMeya yaseTshwane, uThoko Didiza, we-African National Congress (ANC),  uthi ukwakhiwa kwezindlu ezinesidima kanye nokunikeza abantu ikusasa elinesidima, yikhona okuseqhulwini eqenjini.

UDidiza ubethula umkhankaso kulesi sifunda, okubenodlame kusona kwabulawa nabantu ngesikhathi semibhikisho emasontweni edlule.

Uthe ukholelwa ukuthi ukhetho lwangenyanga ezayo lungezinto ezithinta ngqo abantu.

Funda nalolu daba: UZuma uthi amaqembu aphikisayo awanazinhlelo ngezwe

Uthe ngeke badembesele, nalapho abenze khona kahle bazoqhubeka nokukhankasa.

Uthe akakungabazi kodwa ukuthi bazolunqoba ukhetho njenge-ANC eTshwane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.