Udilikajele endodeni eyadlwengula intombazane, 14

2017-07-28 16:01

King Williams Town - Ugwetshwe udilikajele eNkantolo yesiFunda eZwelitsha umdlwenguli oneminyaka engu-29 ubudala ogama lakhe nguThabo Ntshebe, kusho amaphoyisa aseKing Williams Town, ngoLwesihlanu.

UNtshebe owadlwengula intombazane, 14, yaseHighway, eNdevana, ngaphandle kwaseKing Williams Town, ugwetshwe ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uCaptain Siphokazi Mawisa uthe uNtshebe wahlasela le ngane ngoJulayi 2015. Umsolwa waboshwa, wathweswa icala lokudlwengula ngo-Okthoba ngawo u-2015.

OLUNYE UDABA:Ugwetshiwe umdlwenguli owathengela isisulu inkabi

"Wavela okokuqala ukuvela eNkantolo yeMantshi yaseZwelitsha ngomhlaka-19 Okthoba 2015 wagqunywa esitokisini kulandela ukunqatshelwa ibheyili.

"Wavela izikhawu eziningana eNkantolo yeMantshi yaseZwelitsha kwathi ngoJulayi 2015 icala ladluliselwa eNkantolo yesiFunda eZwelitsha," kusho uMawisa.

Ngesonto eledlule ngoLwesine inkantolo yesifunda ithole uNtshebe enecala lokudlwengula le ngane.

ULieutenant Colonel Zithulele Mahlambeni wamaphoyisa, uthe ukugwetshwa kukaNtshebe kuyisibonelo kulabo abasafuna ukugila imikhuba.

  - African News Agency

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.