Udilikajele kowadlwengula indodakazi, 15

2016-07-01 20:31

Pietermaritzburg - Igixabezwe ngodilikajele indoda eneminyaka engu-35 ubudala ngoLwesihlanu ngokudlwengula  indodakazi yayo eneminyaka engu-15 ubudala, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Nata.

NgoMsombuluko iNkantolo yesiFunda eMgungundlovu ithole le ndoda inecala lokudlwengula indodakazi yayo izikhawu ezimbalwa emzini oseDambuza, eEdendale, kusho uCaptain Nqobile Gwala.

OLUNYE UDABA: Udilikajele kowabulala umzukulu ngoba entshontshe ushukela

Lo baba ulivumile icala.

"Kusolwa ukuthi isisulu sidlwengulwe nguyise ephindelela uma engekho umama waso. Umsolwa wasabisa ingane ngokuyibulala uma ke yakhuluma ngodaba," kusho uGwala.

Icala beliphethwe ngabeFamily Violence, child Protection and sexual offences unit ePlassislaer.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.